WeMama noBaba kuphele izinyanga
Ngingaveli ekhaya, ekhaya
Ngithemba niyaphila bo
Kusinda kuyehlela, awu kuyehlela
Ngize ngicabange nokubuyela awu kwelakithi, awu kwelakithi bo
Kodwa ngizoyibamba iqine
Ngoba ngiyazi ukuthi nithembe mina
Awu thembe mina
Bhalela, bhalela,
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Hhe Make na Babe
Kupheletinyanga ngingavel' ekhaya
Ngiyetsemba niphilile bo
Kusindza kuyehlela yo yo yo
Sengicabanga kubuyelemuva
Sengicanbanga ukubuyelakitsi
Kepha ngitobamba ngicine
Ngoba ngiyati nitsembe mina
Bhalela, bhalela,
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Bhalela, bhalela,
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane
Anibong' bhalela, bhalela
Bhalel' Incwadi encane, incwadi encane